NSC exam, isiZulu P1(HL), November 2013
Assignment Type: Revision Paper
Total Marks: Unmarked
SECTION A - UKUFUNDELA UKUQONDISISA (umbhalo ofundwayo)
Marks: 20
Attached Section Resource:
cdaf2228-c011-43f1-8fbe-b57902770e7c.png
Question 1:

Fundisisa umbhalo bese uphendula imibuzo elandelayo.


Yini umphumela wezinselelo ezibhekene nabantu abasha? Bheka isigaba soku-1

Your Answer:
Question 2:

Nikeza incazelo eqondile egudliselwa igama elidwetshelwe esigabeni sesi-4

Your Answer:
Question 3:

Ngabe isaga esitholakala esigabeni sesi-2 sinikeza yiphi incazelo?

Your Answer:
Question 4:

Yisho ngamafuphi imiphumela yokusebenzisa izidakamizwa ezinobungozi njengewunga kanye nezihogelwayo. Bheka isigaba sesi-3 kanye nesi-6.

Your Answer:
Question 5:

Ucabanga ukuthi yisiphi salezi zithako zenyawupe/wunga ezenza isisu siqine? Bheka isigaba sesi-6.

Your Answer:
Question 6:

Hlaziya incazelo yegama 'isixhwanguxhwangu' njengoba lisetshenziswe esigabeni sesi-9


Khetha impendulo kulezi ezilandelayo.

Your Answer:
Question 7:

Chaza okungaba umthelela wokusetshenziswa kwezidakamizwa ngabadlali abadumile entsheni yakuleli. Bheka isigaba sesi-8

Your Answer:
Question 8:

Ucabanga ukuthi yiluphi usizo okumele lunikwe intsha esigxile ezidakamizweni? Nikeza isizathu salokho okushoyo.

Your Answer:
Question 9:

Ngabe yini inhloso yombhali ngokubhala lesi siqephu esimayelana nezidakamizwa? Sekela impendulo yakho.

Your Answer:
Question 10:

Veza umbono wakho mayelana nokudayiselwa kwabafundi izidakamizwa ezikoleni

Your Answer:
Question 11:

Bheka isigaba se-12. Ngokubona kwakho yini engaphumelelisa ikhwela elihlatshwa umbhali walesi siqephu ngokuhloma ihlasele kuliwe nalolu bhubhane lwezidakamizwa?

Your Answer:
SECTION B - UKUFUNDELA UKUQONDISISA (umbhalo obukwayo)
Marks: 10
Attached Section Resource:
d12e2275-3d14-42b5-b9da-eb0d2115321f.png
Question 1:

Bukisisa izithombe bese uphendula imibuzo elandelayo.


Lubaluleke ngani uphawu olukhonjiswe esithombeni sesi-2 mayelana nezempilo?

Your Answer:
Question 2:

Chaza kafushane ngokwenzeka esithombeni soku-1 nesesi-3

Your Answer:
Question 3:

Ucabanga ukuthi okwenzeka esithombeni sesi-3 kunabuphi ubungozi emzimbeni walo muntu?

Your Answer:
Question 4:

Yikuphi uhulumeni angalekelela ngakho ezikoleni ukunqanda ukudayiselana ngewunga kubafundi?

Your Answer:
Question 5:

Izihloko, eMBHALWENI A kanye naseMBHALWENI B, ziveza isimo esingesihle ekusetshenzisweni kwezidakamizwa. Yini okumele yenziwe yintsha esingenwe yilezi zidakamizwa ukuxazulula le nkinga?

Your Answer:
SECTION C - UKUFINGQA ISIQESHANA NGAMAGAMA AKHO
Marks: 10
Question 1:

Lesi siqeshana esilandelayo sikhuluma ngezinhlobo zemfashini esezibuyile.


 


IMIYALELO:


 


1.Fingqa lesi siqeshana esikhuluma ngezinhlobo zemfashini esezibuyile usebenzise amagama akho angedluli kwangama-70.


 


2.Ungasifingqa ngamaphuzu ayisi-7 noma ngesigaba/ngezigaba.


 


3.Ungabe usasibhala isihloko uma usufingqa lesi siqeshana.


 


4.Uma usebenzise amaphuzu ekufingqeni kwakho, izinombolo zamaphuzu mazibhalwe kanje: 1–7.


 


5.Bhala inani lamagama owasebenzisile ekugcineni kwesiqeshana osifingqile.


 

Attached Resource:
e8eb1660-57df-4142-b9e9-21d77e312c89.png
Your Answer:
SECTION D - UKUHLAZIYA ISIKHANGISI
Marks: 10
Attached Section Resource:
6a2d7398-6b25-4d0a-a68d-3ba634a6c4ac.png
Question 1:

Fundisisa isikhangisi bese uphendula imibuzo ezolandela.


Nikeza izizathu EZIMBILI ezingenza ukuthi umfundi ayobhalisa kuleli kholiji iSiyanqoba.

Your Answer:
Question 2:

Yimaphi amasu AMABILI asetshenzisiwe ukuheha umfundi walesi sikhangisi?

Your Answer:
Question 3:

Kungabe amagama akulesi sikhangisi athi: 'Uyakhuthazwa ukuba ubhalise ngaphambi kokuphela kwenyanga kaMandulo 2013' awulimi ... ?


Khetha impendulo eyodwa kulezi ezilandelayo.

Your Answer:
Question 4:

Ucabanga ukuthi lesi sithombe esikhonjiswe kunombolo yesi-2 kulesi sikhangisi sichazani ngaleli kholiji?

Your Answer:
Question 5:

Iyini inhloso yomkhangisi ekukhangiseni iSiyanqoba College?

Your Answer:
Question 6:

Ingabe isithombe sentsha esisekhangisweni simsizile yini umkhangisi ukudlulisa umyalezo wakhe? Sekela impendulo yakho.

Your Answer:
SECTION E - UKUQONDISISA EZINYE IZINGXENYE ZEMITHOMBO YEZINDABA
Marks: 10
Attached Section Resource:
666bc6c6-a9b0-40ee-860d-19ce71639cdc.png
Question 1:

Bukisisa ikhathuni bese uphendula imibuzo elandelayo.


Bhekisisa isimo sabaqashi bese usho ukuthi sihambisana kanjani noqwembe abaluphethe. Nikeza kube KUBILI.


 


 

Your Answer:
Question 2:

Qhathanisa umehluko wokungqubuzana efreyimini yoku-1 kanye nokungqubuzana efreyimini yesi-2 ubhekise kubasebenzi.

Your Answer:
Question 3:

Bheka umbhalo osoqwembeni oluphethwe abaqashi bese usho ukuthi ulimi olusetshenziswe kulona olu …


Khetha impendulo kulezi ezilandelayo.

Your Answer:
Question 4:

Ngabe yimuphi umyalezo odluliswa umdwebi wale khathuni? Bheka kufreyimi yoku-1 neye-2

Your Answer:
Question 5:

Ngabe umdwebi wale khathuni usisebenzise kanjani isingathekiso ukuveza imizwa yabasebenzi?

Your Answer:
Question 6:

Uyazwelana yini nabasebenzi uma kuneziteleka emisebenzini yabo? Sekela impendulo yakho ubhekise efreyimini yoku-1.

Your Answer:
SECTION F - UHLELO KANYE NOKUSETSHENZISWA KOLIMI
Marks: 10
Attached Section Resource:
df4712d9-ffa7-485a-9375-856a4068a599.png
Question 1:

Funda isiqeshana bese uphendula imibuzo elandelayo.


Shono ukuthi igama elidwetshelwe emgqeni woku-1 kulesi siqeshana liqukethe muphi umqondo.

Your Answer:
Question 2:

Msebenzi muni owenziwe isakhi esidwetshelwe emgqeni we-12?

Your Answer:
Question 3:

Phinda ubhale amagama AMANE alandelanayo atholakala esigabeni sesibili achaza ukuyongcebeleka.

Your Answer:
Question 4:

Sebenzisa igama elibhalwe ngokugqamile elisemgqeni wesi-9 emshweni ozakhele wona likhombe ukulandula.

Your Answer:
Question 5:

Funda lo musho olandelayo bese uphinda uyawubhala usuqalise ngamagama adwetshelwe ukuze isenzo siveze isivumelwano sikamenziwa.


Abantu bazokhokhela izindleko zokuvakasha.

Your Answer:
Question 6:

Emgqeni we-10 ukuya kowe-11 kunenkulumo ecashuniwe. Phinda uyibhale le nkulumo isiyinkulumo engumbiko.

Your Answer:
Question 7:

Sebenzisa isisho esibhalwe ngokugqamile esisemgqeni we-16 emshweni ozakhele wona ukuze ukhombise ukuthi uyasiqonda.

Your Answer:
© 2025, Obami Networks  |  Live